Isolezwe (South Africa), September 21st, 2007
Ungaphika ukuthi igama lakhe uNyembezi ngoba lapho ekhona umfo kaKunene kuhlale kuhlekwa. Ngisho umfonela kumakhalekhukhwini wakhe bese uthola ukuthi uvaliwe, umyalezo owutholayo uyahlekisa.
Uxoxisane noPHUMELELE KAUNDA ngempilo yakhe.
Ngikuzame ilanga lonke kumakhalekhukhwini wakho izolo uvaliwe. Yini le obumatasatasa ngayo?
Njengoba uzwile emlayezweni benginomhlangano ophuthumayo noMengameli wezwe uThabo Mbeki nowayenguMengameli wakuleli, uNelson Mandela sidingida izinkinga zezwe (ehleka). Ngiyazidlalela ntokazi, lo myalezo ngawuqopha kudala, ngenzela abangifunayo yize bengangitholanga ...
HighBeam Research, Free Preview: 'U 'Let him go' uthi uthanda ukuzincokolela noma yikuphi.(Entertainment)'... Full Membership required for unlimited access. Free 7-day trial.
Subscribers: HighBeam content is only available to HighBeam subscribers. Click the link above for more information.