Isolezwe (South Africa), December 21st, 2006
BYLINE: LUNGILE MAJOKA
UNYAKA ka 2006 awuzange ufike nazinguquko emaqenjini adlala esigabeni sama-amesha KwaZulu-Natal ngaphansi kwenhlangano eyengamele ibhola kuleli, iSouth African Football Association (Safa).
Njengaminyaka yonke iSafa KZN Vodacom League ayizange iyeke ukudumaza ngezigigaba zayo kulo nyaka esesiwugoqa. Ngokujwayelekile imidlalo yokuvula isizini entsha iye iqale ngo-Agasti kodwa lena iqale sekudlule cishe inyanga yonke esikhathini esasihleliwe.
Amaqembu ekhala ngokuthi angeke adlale engazi ukuthi azotholani ekugcineni kulandela ukungacaci ngabaxhasi bale ligi.
Umqondisi...
HighBeam Research, Free Preview: 'Bandile ubuhlathi kuma-amesha - 2006.(Sports)'... Full Membership required for unlimited access. Free 7-day trial.
Subscribers: HighBeam content is only available to HighBeam subscribers. Click the link above for more information.